作词 : Samthing Soweto/Samkelo Leletu Mdolomba 作曲 : Samthing Soweto/Samkelo Leletu Mdolomba Ngelanga lokuzalwa kwakho Bengingazi ukuthi ngizokwenzani Ngoba imali beyongekho Ende mina no mamakho Besiphelelwe amaPlani Kodwa yaringa ifoni Eynzulwini zobusuku Yaringa ifoni ngilele Kodwa wafona umama wakho Wathi kimi sekunjalo Kumele siye esibhedlela Ngokukhulu ukuthuka Ngashaya umthandazo omncane Bese ngaphuthuma ngaba indlela eya kwena Ngokukhulu ukthuka Ngashaya umthandazo omncane Bese ngaphuthuma Ngaba indlela eya kwena UNodoli Wami uNodoli yooo (wena) Wena uyingelosi encane UNodoli Wami uNodoli yooo (wena) Wena uyingelosi encane UNodoli Wami uNodoli yooo (wena) Wena uyingelosi encane UNodoli Wami uNodoli yooo (wena) Wena uyingelosi encane Ngathi mengfika Ngamemeza ngale kosango Kwanzima ukulinda Ngaphandle kwendlu ka gogo wakho Ngathi mengfika Ngamemeza ngale kosango Kwanzima ukulinda Ngaphandle kwendlu ka gogo wakho Kodwa ngangeniswa ngaphakathi Ngeynkathi zabathakathi Ngize kinino wena no mamakho UNodoli Wami uNodoli yooo (wena) Wena uyingelosi encane UNodoli Wami uNodoli yooo (wena) Wena uyingelosi encane UNodoli Wami uNodoli yooo (wena) Wena uyingelosi encane UNodoli Wami uNodoli yooo (wena) Wena uyingelosi encane Thila lala lolo lolo Thila lala lolo lolo (wena) Wena uyingelosi encane Thila lala lolo lolo Thila lala lolo lolo (wena) Wena uyingelosi encane Thila lala lolo lolo Thila lala lolo lolo (wena) Wena uyingelosi encane Thila lala lolo lolo Thila lala lolo lolo (wena) Wena uyingelosi encane