| [00:03.66] | Ngikhumbul' uma |
| [00:08.45] | Ak'savumi, uma |
| [00:17.93] | Ang'sakhoni |
| [00:21.86] | Ngikhumbul' uma |
| [00:26.64] | Ngith' ak'savumi |
| [00:30.80] | Ng'khumbul' uma |
| [00:35.86] | Sebeth' indod' endala kangaka ikhalel' umawayo |
| [00:43.37] | Tha, bafwethu ngek' ni-understand |
| [00:45.91] | Ndod' endala kangaka ikhalel' umawayo |
| [00:52.48] | Tha, bafwethu ngeke ni-understande |
| [00:54.15] | Uyojabula mang'fika |
| [00:56.31] | Athi uShembe uyaphila |
| [00:58.74] | Kule'ngozi zom'gwaqo mntanami ng'yajabula ufike usaphila |
| [01:03.21] | Beka i'khwama ke Msamu |
| [01:05.48] | Land' impepho kagogo erondweni |
| [01:07.59] | Ng'phahle, ngikhulume nabadala, ng'batshele usemagcekeni |
| [01:12.49] | Imvul' iyana emakhaya |
| [01:14.59] | Ses'phelile amakhaza |
| [01:16.82] | Mawubuy' eGoli, cel' ung'phathel' i-heater ngob' ngempela uzong'gcwaba |
| [01:21.03] | Yaz' uma, av'unamahlaya |
| [01:23.78] | Ngek' ushone ng'sak'thanda |
| [01:26.05] | K'yoba is'busiso kimi ukuthi ubekhona mawami mang'shada |
| [01:31.04] | Ngob' uyokwazi 'th'ukung'bonisa |
| [01:35.50] | Mase zing'buyela emshadweni |
| [01:40.39] | Ngoba uyokwazi 'th'ukung'duduza |
| [01:44.62] | Mase zing'buyela ng'thi emshadweni |
| [01:49.28] | Ang'sakhoni, ang'sakhoni, ang'sakhoni |
| [01:53.25] | Ngikhumbul' uma |
| [01:58.22] | 'Thi ang'sakhoni, ang'sakhoni, ang'sakhoni |
| [02:02.41] | Ngikhumbul' uma |
| [02:07.42] | Sebeth' indod' endala kangaka ikhalel' umawayo |
| [02:14.89] | Tha, bafwethu ngek' ni-understand |
| [02:17.37] | Ndod' endala kangaka ikhalel' umawayo |
| [02:23.95] | Tha, bafwethu ngek' ni-understand |
| [02:25.54] | Into eng'ythanda ngekhaya |
| [02:28.11] | Ukuthi ekhaya, ak'ngenwa ngemali |
| [02:35.56] | Noma ng'ngasebenzi umama ung'thanda ngingenani |
| [02:44.50] | Nom' umhlaba ungang'shaya uzong'thulisa athi, "mntanam' ungakhali" |
| [02:53.98] | 'Bukek' ukhathele, awuthi ngiland' ukudla baba hlalaphansi |
| [03:02.26] | Ang'sakhoni, ang'sakhoni, ang'sakhoni |
| [03:06.38] | Ngikhumbul' uma |
| [03:11.34] | Ang'sakhoni, ang'sakhoni, ang'sakhoni |
| [03:15.69] | Ngikhumbul' uma |
| [03:20.43] | Sebeth' indod' endala kangaka ikhalel' umawayo |
| [03:27.85] | Tha, bafwethu ngek' ni-understand |
| [03:30.26] | Ndod' endala kangaka ikhalel' umawayo |
| [03:37.01] | Tha, bafwethu ngek' ni-understand |
| [03:39.75] |