| [00:34.75] |
Seng'ze ngasha nezwi ngimemeza |
| [00:39.87] |
Ngimemeza |
| [00:43.32] |
Kodwa akekh' osabelayo |
| [00:46.51] |
Sengize ngasha nezwi ngimemeza (oh ngimemeza) |
| [00:51.61] |
Ngimemeza (oh ngimemeza baba) |
| [00:55.64] |
Kodwa akekh' osabelayo |
| [00:58.06] |
Kodwa makumemeza bona hhayi |
| [01:03.62] |
I'm always there when they need me, |
| [01:06.62] |
They need me, they need me ngiyasabela |
| [01:09.84] |
Kodwa makumemeza bona hhayi |
| [01:15.22] |
I'm always there when they need me, |
| [01:16.57] |
They need me, they need me ngiyasabela |
| [01:20.03] |
We bafethu kanti yini eyanenza ningasabeli |
| [01:27.73] |
Eyanenza ningasabeli mangikhala nami |
| [01:33.63] |
Bengithi izandla ziyagezana, ziyagezana |
| [01:39.28] |
Bengithi izandla ziyagezana, ziyagezana |
| [01:45.25] |
Oh kanti nginamanga, nginamanga, |
| [01:47.69] |
Nginamanga, nginamanga ngiyazikhohlisa |
| [01:50.84] |
Oh kanti nginamanga, nginamanga, |
| [01:53.59] |
Nginamanga, nginamanga ngiyazikhohlisa mina |
| [01:56.47] |
Ngingamane ngithemb' itshe, kunokuthi ngithembe umuntu |
| [02:00.78] |
Ngoba umuntu uzokujikela ebusweni njengotshwala |
| [02:07.98] |
Ngingamane ngithemb' itshe, k'nokuthi ngithembe umuntu |
| [02:14.41] |
Ngoba umuntu uzokujikela ebusweni njengotshwala |
| [02:20.13] |
Oh ngoba izolo lokhu bafika kimi bebedinga usizo |
| [02:24.68] |
Ngabanika, kodwa mangibadinga aba-bo-nwa |
| [02:31.46] |
Oh ngoba izolo lokhu bafika kimi bebedinga usizo |
| [02:35.76] |
Ngabanika, kodwa mangibadinga aba-bo-nwa |
| [02:42.71] |
Seng'ze ngasha nezwi ngimemeza (oh ngimemeza) |
| [02:48.94] |
Ngimemeza (oh ngimemeza baba) |
| [02:52.42] |
Kodwa akekh' osabelayo |
| [02:55.67] |
Kodwa akekh' osabelayo |
| [02:57.81] |
Sengize ngasha nezwi ng'memeza (oh ngimemeza) |
| [03:00.75] |
Ngimemeza (oh ng'memeza baba) |
| [03:04.28] |
Kodwa akekh' osabelayo |
| [03:06.63] |
Kodwa makumemeza bona hhayi |
| [03:12.79] |
I'm always there when they need me, |
| [03:14.95] |
They need me, they need me ngiyasabela |
| [03:18.46] |
Kodwa makumemeza bona hhayi |
| [03:24.61] |
I'm always there when they need me, |
| [03:25.98] |
They need me, they need me ngiyasabela |
| [03:29.97] |
Makuwuwe ngikhala nawe |
| [03:34.59] |
Makuyimi ngikhala ngedwa |
| [03:43.41] |
Makuyimi ngikhala nawe |
| [03:50.80] |
Makuyimi ngikhala ngedwa |
| [03:56.72] |
Sengiqanjwe negama elisha |
| [04:02.69] |
Thu "Mabizw' asabele" |
| [04:05.66] |
Hlala nami Nkosi |
| [04:08.02] |
Sengiqanjwe negama elisha weeh |
| [04:14.23] |
Thu "Mabizw' asabele" |
| [04:17.45] |
Tha angilifuni |
| [04:18.50] |
Namhlanje kunje kunje kunje |
| [04:25.61] |
Ingenxa yokulunga kwami |
| [04:28.84] |
I care too much |
| [04:29.90] |
Namhlanje kunje kunje kunjena nje |
| [04:37.44] |
Ngenxa yokulunga kwami |
| [04:41.92] |
I care too much |
| [04:45.47] |
|