Umuthi

歌曲 Umuthi
歌手 Blaq Diamond
歌手 Cici
歌手 Zamo Cofi
专辑 Umuthi

歌词

[00:04.73] Mhm.
[00:11.37]
[00:27.24] EGoli impil' ayikho, alukh' uthando.
[00:33.48] Kugcwel' umhobholo, wonk' umunt' usew'Ugombela kwesakhe.
[00:39.15] EGoli impil' ayikho, alukh' uthando.
[00:45.49] Kugcwel' umhobholo, wonk umunt usew'Ugombela kwesakhe.
[00:51.18] Aw' ngizwa kukhal' amaviyo,
[00:55.73] Bayang'biz' emakhaya.
[00:59.08]
[01:02.46] Aw' ngizwa kukhal' amaviyo, bayang'biz' emakhaya.
[01:12.08]
[01:14.40] Sengikhumbul' ekhaya,
[01:18.87] Nyawo zami ngibelethe,
[01:21.78] Kwafel' ubala, sengilel' esifubeni saMama.
[01:27.11] Sengikhumbul' ekhaya,
[01:30.67] Nyawo zami ngibelethe,
[01:33.50] Kwafel' ubala, sengilel' esifubeni saMama.
[01:38.95] Aw' ngisho kukhal' amaviyo,
[01:44.34] Bayang'biz' emakhaya.
[01:48.34]
[01:50.95] Aw' ngizwa kukhal' amaviyo, (yeah eh)
[01:55.77] Bayang'biz' emakhaya.
[01:59.35]
[02:03.77] Zonk' insuk' zeCalendar,
[02:06.84] Zonk' insuk' zeCalendar.
[02:09.87] NgiseMayini ng'yasebenza,
[02:12.77] Ekhaya ng'babona December.
[02:15.98] Zonk' insuk' zeCalendar, (zonk' insuk' zeCalendar)
[02:18.93] Zonk' insuk' zeCalendar. (zonk' insuk' zeCalendar)
[02:21.93] NgiseMayini ng'yasebenza,
[02:24.78] Ekhaya ng'babona December.
[02:28.87] Ooh indizamshini,
[02:32.22] Ipheth' umuth' olaphayo.
[02:35.37] Ooh indizamshini,
[02:38.32] Ipheth umuth' olaphayo.
[02:41.26] "Wahelez' umoya, isphepho nephimbo kwaphum ingom' emnandi.
[02:45.40] Kwadans' iNingizim' Afrika yonke inqola, indizamshini.
[02:49.17] Akukho lapho bengafinyeleli khona, isenzasamuntu.
[02:52.63] Ububanzi bomuntu sibufanisa neDayiman' elimnyama.
[02:55.86] Int' eswenka k'bande kwamancan' entombini - uyalaz' isoka lamanyala.
[02:59.86] Ushun' wak'dala k'phel' uthintwa isandl' esisha.
[03:02.51] Ingoma yazalwa kabush' eMnambithi, yamamatheka yonk' i-Africa.
[03:05.89] Yath' ingom' emnand' iyaphindwa,
[03:08.13] Phind' ubhale futh' cofinga bese ngyabhala.
[03:09.11]